Mthandeni Sk & Lwa Ndlunkulu – Paris Lyrics

  • image

    Lyrics
    Kuya ngokuthi ungubani
    Uhamba izindawo ezinjani
    Uphila nabantu abanjani
    Uphethe isitayela esinjani
    Kuya ngokuthi ungubani
    Uhamba izindawo ezinjani
    Uphila nabantu abanjani
    Uphethe isitayela esinjani
    Ngangiyithanda intwenhle
    Amandla ngingenenawo
    ngifisa ukuyisa umuntu wami e paris
    Ngimdlise amahhinyahhinya
    Ngangiyithanda intwenhle
    Amandla ngingenenawo nje
    ngifisa ukuyisa umuntu wami e paris
    Ngimdlise amahhinyahhinya
    iyeyiye yiiyii yeye
    Yiiyii yeyey

    Wena umuntu wami
    Umuntu wami
    Futhi ngiyohlezi ngikuthanda
    noma bethini bethini aw bethini
    Wena umuntu wami
    Umunt'wami waDali
    Umunt'wami yey yey yeyeye
    ngabe ngikuthengel'is'thuthuthu Dali
    ngijime ufike langakithi
    Manje anginalutho ngizokukhandela
    ingolovane
    ngabe ngikuthengel' uswidi Dali
    ng'kucabule ngawo themba lami
    Manje anginalutho
    ngizokugubhela matshe
    Abantu bathi uthando aluboni
    Kanti luyozala nkomo
    ngoba ukhethindoda engenamali
    idoda engenalutho
    Mali kanti ukhetha abanjani(2x)
    Wena???

    Mali kanyi uqoka kanjani
    Mali kanti ufuna abanjani
    ngoba mali ngiyasebenza wena??
    Mali kanyi uqoka kanjani
    Mali kanti ukhetha abanjani
    ngoba mali ngiyasebenza wena??
    Zumbayabaya bayabaya
    Yoo Zumbayabaya bayabaya
    Yoo Zumbayabaya bayabaya
    Wo zum (eye'ye)
    Zumbayabaya bayabaya (Yiiyiiyeye)
    Yoo Zumbayabaya bayabaya(yiiyiiyeye)
    Yo Zumbayabaya bayabaya(yiiyiiyeye)
    yo

    Wena umunt'wami umunt'wami
    Zumbayabaya bayabaya (Yiiyii yeye)
    Yoo Zumbayabaya bayabaya(yiiyiiyeye)
    Yo Zumbayabaya bayabaya(yiiyiiyeye)
    Wena umunt'wami umunt'wami
    Futhi ngiyohlezi ngikuthanda
    noma bethini bethini aw bethini
    Wena umunt'wami umunt'wami wedali
    umunt'wami yey'yeyeye

    READ ALSO  MUZI – QUEEN ft. CHRIS MARTIN Mp3 Download
  • 0 Comments

    Leave a Reply


    Open chat
    Send a message
    Hello!
    Welcome to Worldwide9ja
    Can we help you?